John_FK
(Johan Frederik Kelber Mulder)
#1
Sanibonani bakwethu! / Greetings my people!
Lana siyakhuluma ulimi lukaMthaniya. / Here we speak the language of (Queen) Mthaniya
Wozani, siqekethe olwethunga ulimi! / Come and let us burst forth in the language of the bucket (isiZulu)
Ngiyabonga. / Thank you
5 Likes
PiotrK
(Piotr Kozłowski)
#2
Sawubona mnumzana! Unjani namhlanje?
Ngiyathokoza ukukwazi, ngoba ngidinga ukuzijwayeza isiZulu, ngisasifunda. Ngicela ungisize, ulungise amaphutha!
2 Likes
Stha
(Sethabile Dlamini)
#3
Sanibonani
Ngiyajabula ukuthola abantu abathanda isiZulu, nginguthisha wesiZulu. Niqale nini ukufunda lolulimi?
2 Likes
John_FK
(Johan Frederik Kelber Mulder)
#4
Yebo, sawubona Piotr.
Ngiyaphila, wena unjani?
Wenza kahle ukufunda isiZulu mnewethu.
Kulungile, ngizosiza.
Ube nosuku oluhle!
JFK Mulder
John_FK
(Johan Frederik Kelber Mulder)
#5
Sawubona Sethabile!
Nami ngiyafundisa abantu ukukhuluma isiZulu.
Ngiqale ngo-1990 ukusifunda, dadewethu.
John_FK
(Johan Frederik Kelber Mulder)
#6
Sawubona Sethabile,
Uma ufuna ukwethamela ikhasi lami enkundleni yokuxhumana nantiya:
http://isizulu101.co.za
Susan
(Susanna Breytenbach)
#8
Sanibonani!
Igama lami lingu Susan.
Mngane wami ubiza mina igama lingu Ntombenhle.
Ngiyasazi kancane. Ngiyafunda isiZulu uthisha wami @John_FK
Salani kahle.
(John, please tell me if I made any mistake so that I can learn from it.)
1 Like
Susan
(Susanna Breytenbach)
#9
Today I looked again at my post and saw I missed the present tense particle - it must be “uyabiza”.
What else can I correct?